{"product_id":"oxford-inkanyezi-isiqondiso-sikathisha","title":"Oxford Inkanyezi: Isiqondiso Sikathisha","description":"\u003cp\u003e\u003cstrong\u003eAbout Oxford Inkanyezi: Isiqondiso Sikathisha by T. Dube\u003c\/strong\u003e\u003c\/p\u003e\n\u003cp\u003eI-Oxford Inkanyezi inohlelo olusezingeni eliphezulu lokufundisa uLimi lwaseKhaya lwesiZulu. Le ncwadi isetshenziswa othisha kanye nabafundi baseNingizimu Afrika jikelele. Le ncwadi inothile ngezifundo eziqukethwe futhi ezihambisana nezidingo zesiTatimende seNqubomgomo yoHlelo lweziFundo nokuHlola (CAPS), iphinde inikeze abafundi ithuba lokuthuthuka emabangeni amathathu eZingeni eliPhakathi.\u003c\/p\u003e\n\u003cp\u003eLolu hlelo lusebenzisa izindlela ezahlukene zokuthuthukisa amakhono okusetshenziswa kolimi, bese beba nolwazi lokuxhumana olusezingeni eliphezulu. Isiqondiso Sikathisha sisebenziseka kalula siphinde sesekele uthisha ngezindlela ezahlukene zokuqhuba izifundo zakhe ekilasini.\u003c\/p\u003e","brand":"Readers Warehouse","offers":[{"title":"Default Title","offer_id":45072257351795,"sku":"9780195996760","price":200.0,"currency_code":"ZAR","in_stock":false}],"thumbnail_url":"\/\/cdn.shopify.com\/s\/files\/1\/2291\/7991\/files\/9780195996760.jpg?v=1780656634","url":"https:\/\/www.readerswarehouse.shop\/de\/products\/oxford-inkanyezi-isiqondiso-sikathisha","provider":"Readers Warehouse","version":"1.0","type":"link"}